Sekela Ngqongqoshe, ngiyathokoza ngempendulo osinikeze yona namuhla, ngisho futhi nokuthi siyakweseka nathi kulolu hlelo olwenziwayo lokubhalisa kabusha ngenxa yezizathu ezinikeziwe, ngakho siyabonga.
Kodwa kunesikhalo esisodwa esinaso engizocela ukuthi uSekela Ngqongqoshe asicacisele kusona. Laphaya KwaZulu-Natali abantu abazobhalisela kabusha imali yesibonelelo okokuqala baphindiselwa emuva kuthiwe kungenxa yokuthi uMnyango usaxakekile nokubhalisa abantu kabusha. Ngicela ukucaciseleka lapho ngoba ngokwami ukwazi, ngisho nangenkathi siluxoxa lolu daba ekomidini ... (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[... in the banks that belong to people who continue to receive a pension although they are dead. Now we are only waiting for this reregistration process to be concluded so that we know whom we are paying - those who are alive and those who are being paid illegally. [Applause.]