Ngiyabonga, Somlomo. Mhlonishwa, umbuzo wami ukuthi laba bantu abakhuphula abanye ezikhundleni ngokungemthetho ngoba beyizihlobo zabo, uma betholakala benecala kuzokwenziwa njani? Owesibili umbuzo uthi, laba asebekhushulelwe ezikhundleni bazoxoshwa yini bona? (Translation of isiZulu paragraph follows.)
[Mr V B NDLOVU: Thank you, hon Speaker. Hon Deputy Minister, my question is: What will happen to these people, who are illegally promoting people to higher positions just because they are their relatives, if found guilty? The second question is: Will those people who were promoted to higher positions be fired?]