Inkinga enkulu evamise ukuhlupha ukuthi uma kunezakhiwo abomthetho babambisane nathi futhi babatshele abantu ukuthi asikudinga uma kuyindawo engafanelekile, ngaleyo ndlela kubanjiswane futhi kukhuzwane. Ezindaweni eziningi lapho kukhona uthola ukuthi abantu basebenza ngendlela ehloniphekile bese kuba khona izindawo lapho uthola kukhona abantu abafuna ukuyenza ibe kwampunzi idla emini nje. Lapho uma esefikile uvele afake ixhokovana lakhe engabe esanaka ukuthi ungcolisa kangakanani.