Okubalulekile ukuthi abantu ofuneka bangene babe yingxenye yomkhankaso abantu besilisa ngoba ibona abanenkinga. Sinane robhothi futhi labantu besifazane esaqala ngalo, lapho abantu besifazane abasebasha bathi khona cha akuthina abanenkinga la abantu besilisa abantu abanenkinga ngakho asisize bona ngerobhothi lokuthi bakwazi ukuzibheka uma ngabe sebenothuthuva. Siyabonga.