Izinhlelo ezifana nalezi ezifana nalzo ngoba ngempela izinhlelo ezifana nalezo ngicabanga ukuthi ziyalekelela ekufundeseni nokubuyisa isimilo kumuntu wesilisa nokumfundisa ukuthi umndeni uphathwa kanjani. Singakwenza konke kepha uma singenazo izinhlelo zokulungisa isimilo somuntu wesilisa. Ngicela ukuthi ukubheke ukuthi ubambisana kanjani nezinhlaka ezinjenga lezi