Ngakho ke iqhaza labantu besifazane laqedwa yibo abelungu. Thina sasibahlonipha abantu besifazane. Siyokhumbula ukuthi iNkosi uShaka yayingenzi lutho ingamthintaka umama wayo, iNdlovukazi uNandi yayimhlonipha kakhulu. Inkosazana yesizwe uMkabayi kaJama wayehlonishwa kakhulu esizweni. INdlovukazi uMthaniya wakaSibiya ozala iNkosi uSenzangakhona kaJama isifundazwe