Viva hon comrade Carrim! Viva! [Interjections.] I think hon Carrim did a lot of the
things that I was going to do today, so; you gave me the good opportunity to just focus on what I came here for. Hon Speaker, hon President and Deputy President, Members of Parliament ...
IsiZulu:
... Bantu bakithi emakhaya, bantu baseNhlazatshe, nansi ingane yenu ime phambi kwePhalamende namhlanje. Imisebenzi yenu yokuyifundisa ayiwelanga phansi. Ngicela abazali, ogogo nomkhulu, obaba nomama, o-anti nomalume ukuthi benze konke okusemandleni abo ukuthi bafundise izingane zabo, ukuze nazo ngelinye ilanga zibe nethuba lokuma la ngime khona.
Kungani ngisho njalo? Ngicela ukuthi imali kaHulumeni, izinhlelo zikaHulumeni eziphuma kuMnyango Wezokuthuthukiswa Komphakathi kufanele zisejenziswe kahle. Kubekhona ilungu elibuze ukuthi, bazofundiswa ngani? Ngathi liyakhohlwa ilungu ukuthi loHulumeni we-ANC uyayikhipha imali yokufundisa izingane. Ngisekuwona loHulumeni ka-ANC, ngifuna ukunitshela ukuthi bengilalele umsakazo ngelinye ilanga kukhuluma enye ingane encane ithi ithole umsebenzi eKapa. Ithi yona yafundiswa ngugogo nomkhulu wayo ngemali yesibonelelo senhlalakahle. Okumqoka akushilo,
uthe, "manje sengzonikeza ugogo nomkhulu ithuba lokuthi ngibancede ngoba mina sengithole umsebenzi."
Kusho ukuthi yona lengane le ayizicabangeli yona yodwa, icabanga nokuthi kufuneka isize ugogo nomkhulu ukuthi bafundise abanye. Ngisho ngoba ngiyazi ukuthi abaningi bethu kuleNdlu ehloniphekileyo bazimisele ngokuthuthukisa izimpilo zabantu baseNingizimu Afrika. Kungakho nje i-state of the nation address, Sona kaMongameli ikhulume nge-7 point plan efuna ukuthi sonke sibambisane ukuze iNingizimu Afrika ithuthuke. Lo msebenzi sawuqala kudala siyi-ANC nabantu baseNingizimu Afrika. Namhlanje mhlonishwa Mongameli, ngifuna ukusho ukuthi, ngime-nje la kukhona izinto ezintathu ezingijabulisayo. Okokuqala, i-ANC inqobe ukhetho. Yingakho namhlanje silana ... [Ihlombe.] yingakho nawe unikezwe leli gunya lokuthi ube nabantu ososebenzisana nabo, nami ngingomunye walabo obakhethile. Okwesibili Mnu Mongameli, ngifuna ukusho la eNdlini namhlanje,ngoba ngime la, laphaya phezulu kwigalari kuhleli intombazane yami, intokazi yami uPhindile Zulu. Laphaya phezulu kwigalari kuhleli abazukulu bami ababili uQhawe noNobuhle.
Ngifuna ukusho-ke Mnu Mongameli ukuthi labantwana abahleli laphaya bahleli ngoba ugogo wami nomkhulu wami bangifundisa, ngahamba ngaya enyuvesi ngaqeda. Yingakho ngithi leyamali yesibonelelo senhlalakahle kufuneka abantu bayisebenzise kahle ngoba owami ugogo nomkhulu babengenawo uHulumeni ababengaya kuwo. Ugogo wami nomkhuli babesebenza laphaya eGoli. Umkhulu uze washona ephuma ehostela Mongameli, ukhishwe yithi umkhulu ehostela.
English:
For over 50 years he struggled, working in Johannesburg, living from one to the other.
IsiZulu:
Ngakhoke labantu-ke abacabanga ukuthi namhlanje bafuna ukusitshela ukuthi ayikho into enhle eyenzekile, ngicela babheka laba bantwana abalaphaya kwi- galari. Balaphaya kwigalari ngoba mina ugogo nomkhulu bangifundisa. I-ANC yangisa esikoleni, ngaqeda, namhlanje ngineziqu ze-Master's ngoba i-ANC yakwenza lokho kubelula. [Ihlombe.] Yingakho futhi ngithi omama nogogo nomkhulu no-anti ngiyacela ukuthi, ngiyazi ukuthi lemali
yesibonelelo incane kodwa ngiyazi ukuthi bayakwazi Mnu Mongameliukuyisebenzisa. Enye into, eyesithathu engijabulisayo namhlanje, Mnu Mongameli, ukuthi ngithe uma ngibheka laphaya ezinkundleni zokuxhumana ngahlangana nomunye obekade ethola iziqu zakhe namhlanye kwinyuvesi efanayo naleya engathola ezami iziqu ngo-1987.
English:
She was graduating from a university in Moscow - and here is the difference - when I graduated there Mr President; I had to borrow a dress for the graduation day. She did not have to do that, somebody from here was there to see her graduate. Me, on my graduation day, I had to borrow a dress, shoes and all I had was that blue sash that showed that I had completed my task, that I had passed and that I had done everything. Nobody must come today and tell us that nothing has happened in South Africa. If you do not know what we have gone through, what we have been through, then you can stand up here and talk as if nothing has changed in South Africa.
IsiZulu:
Thina-ke Mongameli asipheleli nje ngokukhuluma ngoba bayathanda ukukhulumela safuthi ngapha. Abantu ngaphandle kwaleNdlu bakuzwa uma uthi Thuma Mina. Bakuzwile futhi uma uthi Khawuleza. Siyathumeka thina futhi sizokhawuleza.
English:
In the words of ...
IsiZulu:
... uBaba umhlonishwa uShenge [Buthelezi] namhlanje, okhulume ekuseni, uthe ...
English:
... it is about, "the nuts and bolts."
IsiZulu:
Ngifuna ukusho kuyena ukuthi, siyabonga.
English:
The nuts and the bolts are going to be delivered, right here in this House. We are here as the soldiers of our people, carrying
the whole of our people. Mr President, the ANC gave you the mandate to select your team that can take your dream, the dream of our people forward.
IsiZulu:
Ngoba-ke Mnu Mongameli ulande u-Ben Okri kuleNdlu ehloniphekile
...
Setswana:
... le nna ke tsere t?hwetso ya gore ke batla go mo tlisa mo Ben Okri ...
English:
... and what he further says in response to the people who do not see where the country is going. This is what he says, and I quote:
The Exhausted are those who have come to the end of their powers of imagination, who have limited their possibilities, who have thought themselves into the dead ends, that they call the highest points of their
civilisations. Those who are exhausted have lost the greater picture, the greater perspective; they are trapped in their own labyrinths, their lovelessness selfishness. For those with limited dreams there is chaos to come disintegration, nightmares.
He further, Mr President, says, "The exhausted should therefore clear the stage for new dreamers for warriors of love, justice and enlightenment."
IsiZulu:
Ngicela basuke endleleni yethu.
English:
That is what I am saying. [Interjections.] It is for this purpose - Mr President - that I stand here responding to your clarion call, and from the social development perspective, I will outline - not only today but also during the Budget - what our focus will be. The National Development Plan, NDP, accords a central role to social protection in tackling the triple challenges of poverty, inequality and unemployment. It also
strongly advocates for a minimum level of social protection floor, below which no one should fall. These include fighting child and adult poverty through the social assistance programme and a minimum income guarantee for the most vulnerable in our country.
In this regard, we will work jointly with Planning, Monitoring and Evaluation in the Presidency to finalise our work on the national definition of social protection floor as well as the comprehensive social security reform process. We will, therefore, work together across all spheres of government and with social partners to break away from the silo approach, this has been one of our biggest challenges in government but we are aware that is what we need to do. I do want to say, when they speak about economic development, human settlement, health, social development, all those, they have a greater impact on social development and I would like to say, social development must not only be seen through the eyes of the SA Social Security Agency, Sassa, social grants, it must be seen for what it is. Social development is about the development of every individual
in our society, each and everyone to see the value in themselves, their communities and in the future of South Africa.
So I call upon all my counterparts to work with me here and make sure that social development, we turn it into what it is. We will continue working with civil society organisations to support prevention and early intervention services, with special focus on parenting programmes and community action programmes. Keeping in mind that we are a developmental state - which must never be forgotten - the ANC-led government introduced a social assistance programme which 25 years down the line ensured that over 17 million poor and vulnerable South Africans receive social grants. This means the government spends more than R13 billion towards social assistance. Our long-term goal is to create a nation that is self-sustainable and contribute to socioeconomic development. Mr President, I do want to say that, working together with the Minister of Small Business Development, we need to make sure that those that have the capacity and capability of coming out of social grants and standing on their own two feet and making that money to work for
them because some people think, as black people we enjoy just standing here and ...
IsiZulu:
... sikhongozele.
ILUNGU ELIHLONIPHEKILE: Obani labo?
English: