Ngoba sikhuluma nje, izifundazwe zonke sezihlele kahle asebhajethile ukuthi siholelwe izinduna. Ngikhuluma nje izinduna zakaNongoma noMhlabuyalingana zicele ukuthi sizincedise ... [Kwaphela isikhathi.] ngoba indima yazo manje ngoba sebeholelwa uHulumeni iyini. Ngiyabonga Sihlalo.