Sihlalo, ngiphakamisa ngaphandle kwesaziso:
Ukuthi lo Mkhandlu -
(1) uhalalisela ibandla elaziwa ngokuthi ngelakwaShembe laseNazaretha ngokugubha iminyaka elikhulu labakhona;
(2) ubonga uhulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natali ngokuxhasa lo mgubho kanye nokuthi uwonke usekele leli bandla okuyibandla la lapha eNingizimu Afrika nebandla elasungulwa KwaZulu-Natali ekugubheni kwalo iminyaka eyikhulu.
Ngiyophakamisa. (Translation of isiZulu draft resolution follows.)
[Mr D D Gamede: Chairperson, I move without notice: That the Council -
1) congratulates a church known as the Shembe Nazareth Baptist Church on celebrating 100 years of existence;
2) thanks the government of KwaZulu-Natal for supporting this celebration and notes that the whole government supported this church, the church that was founded here in South Africa; a church that was founded in KwaZulu-Natal - we appreciate its presence in that centenary celebration.]
Motion agreed to in accordance with section 65 of the Constitution.