umhlaba bewubuyisela kubantu ebabewuthenge kubo. Ngicela ukuzwa kuSekela Ngqongqoshe ukuthi ngabe uhlelo loMnyango lukhona yini olushoyo ukuthi uma kuzobuyiselwa umhlaba ebantwini abantu abafundiswe kuqala ukuthi yini ebhekiwe kubona kunokuthi uMnyango ugqinsile imali, ugqinsile umhlaba kugcine kungasizakali isizwe. Ngiyathokoza.