Ngiyabonga Mhlonishwa wami ngiyamuzwa ekhuluma uMhlonishwa uNgqongqoshe, lento ibuhlungu ngoba abantu ababoshiwe kwiyimanje. Kunamacala engiwafakile. Laba bantu ababoshiwe kuyaziwa. Bona ngoba behamba nonogada.
USIHLALO WENDLU (Nk M G Boroto): Ngiyabonga Mama.
English:
Thank you very much.
IsiZulu:
USIHLALO WENDLU (Nk M G Boroto): Mam 'uKhawula indaba yakho ibalulekile kakhulu. Ngicela ukuthi ungamyeki uNgqongqoshe, umbambe uma ephuma lapha nikhulume ngayo lendaba.