Sihlalo weNdlu, bengicela ukubuza la kuNgqongqoshe ukuthi lama-SMMEs kuyiqiniso kangakanani ukuthi uma ecela ukuthi axhaswe ngemali kwesinye isikhathi abakhoni ukuthi bayithole noma efaka izicelo kuthatha isokhathi eside? Ungayiqinisekisa yini leNdlu na ukuthi ukubolekiswa kwemali, bayicelile imali, kusobala, ayikho into efihlwayo? Siyabonga.
English: