Ngicela ukubuza baba ukuthi umuntu omusha othi efika emzini omuhle afike ngenhlamba nje athi sibanga umsindo. Abantu abadala njengathi athi sibanga umsindo. Makasihloniphe ukuze nathi sizomhlonipha..
MGCINISIHLALO WENDLU (Mnu M R Mdakane): Mhlonishwa uMabasa, akuyona inkulumo ekhalimayo. (Translation of isiZulu paragraphs follows.)
[Mr X MABASA: I would like to ask, how come a new member can come to this august House and hurl insults by saying that we are making a noise. How can this member tell grown-ups like us that we are making a noise. He must respect us in order for us to also respect him.