Mhlonishwa Balindlela, i-ANC ikunikezile isikhathi - nami angisazi isiXhosa, ngizoxuba nje - yakunikeza isikhathi sokuthi ubuse laphaya eMpumalanga Kapa. Kodwa ngoba ubulapho kungenamlungu khona, awuzange ubone ukuthi amanzi awekho nokuthi kwenzekani! [Ihlombe.] Kwaze kwafika ubukhosi babaThembu, yibo abafika laphaya eKomidini LezaManzi bafike bakhuluma ngodaba lwamanzi osukhuluma ngalo manje! Wawukhona, uzihlalele nje ngoba wawufuna kube nomlungu eduze kwakho! [Ihlombe.] Mhlonishwa Khawula ... (Translation of isiZulu paragraph follows.) [Ms J M MALULEKE: Hon Balindlela, the ANC gave you an opportunity - I also don't know isiXhosa, I'll just do code switching. The ANC gave you an opportunity to lead in the Eastern Cape but since you were in a place where there were no whites, you didn't notice that there was no water and you also did not see what was happening! [Applause.] It was only when the Thembu Royal leadership came to the Portfolio Committee on Water and Sanitation and spoke about the issue of water which you are now talking about. You were there doing nothing because you wanted white folks next to you! [Applause.] Hon Khawula ...]