Hon Chairperson, hon Deputy Minister of Health, members, Tuberculosis remains one of the leading causes of death in South Africa. In 2018 we lost 63 000 people to this dread disease with estimates of those who contracted
the disease in 2018 ranging from between 215 000 to 400 000 people.
We have one of the highest incidences of TB prevalence of any country in the world; and although we are witnessing a decrease in new infections, these are occurring at far too slow a rate for us to say that we are winning the war against TB.
It is very commendable that the department and ministry continue to play a leading role at the Global Tuberculosis Caucus, but the IFP would like to see greater political commitment and resources being deployed for TB care and prevention at home.
IsiZulu:
Sihlalo ngaphambili njenge-IFP sishaya ikhwela sithi lesi sifo ngabe asiqhubeki kangaka ukuba abantu bayidla kahle le mithi. Uma beyidla abalambile yini. Bantula ukudla, bantula yonke into. Bantula ngisho amanzi abantu bakithi. Yingakho isifo sofuba siyohlala sinjena ezweni lakithi. Ngiyaphinda futhi ngishaya ikhwela koNgqongqoshe nje abathathu ukuthi baselekelele, oWezempilo, oWezokuthuthukiswa Komphakathi
noWezemfundo. Bonk bahlangane ndawonye babone ngoba kwezemfundo izikole ziyagqekezwa abantu befuna ukudla ngoba balambile. Konke lokhu kusenzela phansi njengohulumeni. Ngakho sidinga uhulumeni noma oNgqongqoshe noma iMinyango ebambene ukulwa nalolu bhubhane lwe-TB. Balambile abantu.
English:
Poor nutrition in vulnerable communities remains one of the most aggravating circumstances for the contracting of this disease and in this regard, we call for greater government support to feeding schemes in these vulnerable communities.
Government should also ensure that high risk communities are adequately educated in terms of proper nutrition and TB awareness and prevention campaigns.
IsiZulu:
Uma ngikhuluma ngokuqwashisa mhlonishwa wami. Angisho ukuthi asiyothi TB lokuya nalokuya kodwa asibatshele abantu ezifundazweni eziyisishiyagalolunye ngolimi lwabo abalukhulumayo ngoba ziyisishiyagalolunye izilimi abazikhulumayo. Abezwe ngolimi lwabo ukuthi uthini uhulumeni futhi uthi abenze njani.
English:
Initiatives such as those that have been orchestrated in partnership with the private sector to screen for TB and other preventable diseases must be further encouraged to ensure as many South Africans [Time expired.] as possible know their TB health status. I thank you. [Applause.]
IsiXhosa: