Nabantu abasebenzayo kuhulumeni komasipala kufuneka bakhokhe. Nabantu abasebenza emabhizinisini kufanele bakhoke. Nohulumeni kaZwelonke nowezifundazwe uma ngabe ekweleta umasipala kufanele awukhokhele umasipala. Akekho umuntu okufanele angakhokhi. No-Eskom uma ekweleta umasipala kufanele akhokhele umasipala. Wonke umuntu kufanele akhokhe. Ngiyabonga.