ZEZENDABUKO: Hhawu, ubungangizwa. Ngiyaxolisa. Bengithi lo mkhankaso wokuthi abantu bakhokhe bakhokhele izinsiza kufanele kube umkhankaso esiwenzayo sonke. Njengoba kuzovalwa nje kufanele ukuthi sonke uma siya kuzifunda zethu siwubambe lo mkhankaso. Wonke umuntu akhokhe,