Manje uhulumeni uyokhona ukusiza abantu abafunayo ukulima. Uzokwenza zonke iziphakamiso zemikhiqizo zitholakale kuleyo-one stop service ezosiza abalimi. Sibonile futhi ukuthi umhlaba omningi ongaphansi kwamakhosi awulinywanga kanti futhi lomhlaba uvundile. Amanzi akhona futhi sizosizana nawo amakhosi. Angeke kwenzeke ukuthi sibe bulawe yindlala kanti umhlaba sibe sinawo. Esikwenzayo ngalokuguqulwa komhlaba ukuthi umuntu othola umhlaba kufanele asizakale ukuthi awusebenze lomhlaba ukuze sandise ukuphepha kokudla. Fithi ukudla lokhu uma sesikutshale kwabakuningi sikwazi ukukuthengisa