Commissars, fighters ...
IsiZulu:
... izivakashi zethu ngiyanibingelela nama-Fighters emakhaya. Sihlalo lohulumeni kanye noMnyango awunalo ulwazi lokuthi uziyise kanjani izidingo kubantu. Kungenxa yokungazi nenkohlakalo esingathe loMnyango ukuthi...
English
... you lack the revolutionary vision. The ANC has failed ...
IsiZulu:
... abantu bakuleli lizwe ukubanikeza imfundo yamahhala njengoba wawubathembisile kwakudala.
English:
When the issue of free education was first discussed in Parliament, the EFF made concrete proposals, even before the commission on
higher education finished its report - and we believe the proposals we made back then are still relevant today.
In our proposal we clearly explained where government can source money within the current economy to fund free education. Now Minister, get your pen and paper ready so that you can take notes. Firstly we need to have a 2,5% education levy on pension funds.
IsiZulu:
Akufanele ngabe kukhona ama-trillions ezimali edudlile nje esikhwameni sempesheni kodwa engakwazi ukusiza ...
English:
... to develop the economy of this country. Secondly, the skills levy needs to be increased from 1% to 2% and the difference must be used to fund free education. Thirdly, government should allocate a budget to Higher Education that accounts for 1,5% of the GDP. This is a common practise internationally, and we need to start doing the same.
And finally, there needs to be a business income levy of 4,9%, with the proceeds from that levy being used to pay for higher education.
IsiZulu:
Ukuba wena Ngqongqoshe kanye noMnyango wakho wasilalela futhi wazithatha izincomo zethu ngowe-2016 ngabe nakwazi ukuba nemali engange-R166 bhiliyoni eyayizosetshenziswa ukukhokhela imfundo yamahhala. Ngabe namhlanje leyo mali isinyukile yaze yafika ku-R200 bhiliyoni ukuze sikwazi ukuthi sikhokhekele imfundo yamahhala.
English:
Using our proposed funding model, this government would be able to provide free quality decolonised education. Every aspect of a student's welfare must be looked after by the state so that they are best prepared to contribute to the building of a new society.
IsiZulu:
Abafundi kumele bathole ukudla kabili Ngqongqoshe.
English:
We need to have free 24/7 clinics that employ counsellors need to be established at all institutions of higher learning.
IsiZulu:
Bonke abafundi kumele bathole ama-laptops kanye nezincwadi zamahhala. Bonke abafundi kumele bathole izindawo zokuhlala
zamahhala. Kuthi kuleminyaka emihlanu ezayo Ngqongqoshe noMnyango wakho kumele niziphinda-phinde kathathu lezi zindawo zokuhlala zamahhala zabafundi. Kumele lo hulumeni ube nesivumelwano noMnyango wezokuThutha ukuthi bonke abanfundi abasezikoleni bagibele izimoto mahhala.
English:
Institutions of higher learning must offer free driving lessons. Off-campus students should receive 3GB of data per month. [Interjections.] And campuses must distribute sanitary pads, Minister. All this can be done - and the money is there, but government does not have the will or capacity to do so. The unwillingness to act decisively not only is problem when it comes to funding education, but also when we are talking about the decolonisation of our higher education system. For 25 years, institutions of higher learning in South Africa have remained guardians of white wealth, power and privilege. [Interjections.]
Where black students have been admitted, it has been on the condition that they conform to the status quo and subject themselves to a culture and curriculum that for centuries rejected them and considered them inferior. Minister, all courses need to be taught in African languages, papers must be published in African languages.
The system must also be amended to reflect African culture, so that our higher education system can produce South Africans who have the knowledge and skills to develop a country that is both politically and economically free and independent - but unfortunately the ANC is not a revolutionary movement. [Interjections.]
IsiZulu:
Yingakho nje lo hulumeni uyaye usheshe uthumele amaphoyisa kanye nonogada ukuba balwisane nabafundi kanye nabasebenzi kule lizwe. [Ubuwelewele.] Akusimangazi lokhu ngoba uNgqongqoshe yena lo esinaye njengamanje, akabathandi vese abafundi. [Ubuwelewele.]
English:
During the FeesMustFall protest, the self-proclaimed communist said students must fall simply because they were demanding free education. [Interjections.] That is why it makes no sense that the President would decide to appoint Blade Nzimande as the Minister of Higher Education, this shows how little care and respect he has for students of this country.
IsiZulu:
Kungenxa wakhe lo hulumeni kanye noMnyango ukuthi uKhaya Cekeza usabhadlile ejele kanye kanye nemigulukudu yezigegebengu. Kungenxa
yawo loMnyango ukuthi abafundi abavunyelwe ukuba bafunde futhi abanye bayaxoshwa. Bonke abafundi ababoshiwe, nabaxoshiwe nabamisiwe ngenxa ye- FeesMustFall kumele bakhululwe Ngqongqoshe. [Ihlombe.] Ngqongqoshe kepha siyazi ukuthi konke lokhu ngeke kwenzeke futhi awuzimisele nokukwenza. Kungalezi zizathu siyi-EFF singasamukeli le sabiwomali njengoba nje nawe ungabamukeli abafundi futhi ungabathandi. Siyabonga Ngqongqoshe. [Ihlombe.]