Hon Chairperson, although significant progress has been made in bringing the supply of water and sanitation to previously disadvantaged areas in South Africa. There are still many underserviced areas particularly in our remote rural areas and informal settlements. Chairperson, ...
IsiZulu:
... Ngqongqoshe ngithi angikhale lapha kuwena. Kune zindawo KwaZulu-Natal ezinenkinga, Zululand, uMkhanyakude, Ilembe ngibala ezincane nje. Sihlalo bengingazibala zonke uma bekunesikhathi. Lezi zindawo zinenkinga yamanzi awabonwa nangalikhasha. Ezikoleni amanzi awabonwa, emitholampilo amanzi awabonwa, ezakhiweni zikahulumeni amanzi awabonwa. Ngiyacela Sihlalo ukuba ungicelele kuNgqongqoshe ukuba uma ngimnikeza lesabiwomali enze isiqiniseko sokuthi lezi zindawo uyazibheka.
Inkinga enkulu eyokuthi kunamapayipi amanzi agcwele phansi uma uthi uvula umpompi amanzi akaphumi. Kunamapayipi alele eduze nomgwaqo okufuneka ngabe afakwe phansi. Lokhu kusho ukuthi kunenkinga ekhona ekusebenzeni amanzi kulezi zindawo. Into ozoyibona ke Sihlalo nawe Ngqongqoshe yiziteleka, abantu bateleka ekuseni nantambama kanye nasebusuku batelekela ukuthi amanzi akekho endaweni. Ngiyazinxusela Sihlalo ukuba uNgqongqoshe azibheke lezi zinto. Abheke nokunye okungadala amanzi abekhona njengemithombo [borehole.] nokuvikelwa kwamanzi esiphethu njalo njalo ukuze abantu bathole amanzi.
English:
We see that government housing projects and tenders have again been approved and yet, there is no action from government to begin the
building of social houses. Chairperson, I call on the Minister to investigate in this regard. Another critical issue is the poor state of many of our hostels, which are underdeveloped and in a poor state of repair. A simple visit to any hostel in KwaMashu, Glebelands, Thokoza, Daveyton or Sebokeng will show this to be the case. In many instances, as well as the people living in these hostels, live in subhuman conditions, many of which could be comparable to the living conditions of animals and livestock in the same instances or even worse. However, as the IFP, we appreciate that in other hostels there are developments that has been done, but still there is a lot to be done.
IsiZulu:
Ngalezi izizathu engizibeke lapha kuyangiphoqa ukuba uNgqongqoshe ngimnikeze isabiwomali ukuze lezi zinto zenzeke. Ngiyabonga. [Ihlombe.]