Sekela Somlomo, mhlonishwa Ngqongqoshe, ngodaba lolu olubucayi kangaka, ngithola ukudumala nje okuncane, Xhamela. Ngithola nje ukudumala okuncane, Xhamela, ngoba udaba lwamanzi udaba olubucayi kabi ezweni nje lilonke nasemhlabeni wonke kodwa-ke ngoba uthi uzonginikeza ulwazi olunye oluphelele ngalolu daba.
Ngicela ukubheke ukuthi, Ngqongqoshe, ngoba yonke indawo la kusuke kunesiteleka khona ikakhulukazi kwisifundazwe saKwaZulu- Natal naseNingizimu Afrika udaba lokuthi abantu basuke bekhala ngamanzi lusuke lungasele ngaphandle, lusuke luyingxenye. Yini mhlawumbe umnyango wakho oyenzayo ukuxoxisana mhlawumbe noMnyango Kahulumeni Wokubambisana kanye Nezindaba Zendabuko njengoba nawe ukugcizelele ukuthi abanye abantu, i- responsibility abangayenzi kahle omasipala.
Ngoba ngiyazi nje ukuthi umnyango wakho Ngqongqoshe laphaya eJozini usuqedile ukwenzwa lokhu okuthiwa yi-bulk system kodwa cishe sekuyizinyanga eziyisithupha ukuhanjiswa kwamanzi ngamapayipi kungakaqali noma awanele ukuthi abantu bonke bawathole amanzi ngokukhulu ukushesha futhi yonke indawo uma abantu bekhungathekile. Nqongqoshe ngodaba lwamanzi bavala imigwaqo bashise izingqalasizinda njengamaholo, izibhedlela nemitholampilo nokunye ongakubala. Ngakhoke, wudaba oludinga ukuthi sisheshe sililungise. Kodwa-ke ngifisa ukwazi ukuthi umnyango wakho unaziphi izinhlelo zokuzama ukulungisa lolu daba esibhekene nalo olubucayi kangaka. Ngiyabonga.
The MINISTER OF HUMAN SETTLEMENTS, WATER AND SANITATION: Hon
member, as I have indicated to you, we spent two days. We did not spend as much time anywhere else as we did in KwaZulu-Natal because we were aware of the sensitivity to which you refer which has to do with the drought from which we have just emerged.
We have augmented the resources that are given to you in relation to support for water to the municipalities, and we have also ensured that we can provide as many boreholes as possible for the water authorities that are suffering shortages of water.
The matter of reticulation is a long-term project that we are dealing with. For now, we are dealing with the drought to which you have referred. You wanted to know what areas in KwaZulu- Natal that are suffering from a shortage of water. We have a breakdown of that.
I particularly want to indicate to you that the area that you are talking about - which is Ugu district - has been provided with more support than anywhere else. We realised that it was
one of the KwaZulu-Natal areas that was the hardest hit by the drought. We have provided this and we are making sure that we can provide the back-up support in terms of the municipality resources that we are giving to you.
I also want to indicate that, in case ... just to give you a global picture. KwaZulu-Natal is not the area worst-affected by drought. We are dealing with other areas, but we prioritised KwaZulu-Natal because the MEC realised that, because of the protests, it is something that we needed to attend to as a matter of urgency.
So we are there. We are making sure that all of those matters that need to be attended to, are attended to.
I have a request to make of you, hon member. Some of the contractors that we take on board to come and assist with the delivery of water or the drilling of boreholes have complained to us that they are affected by people in your province who are called Amadela Ngokubona [Doubting Thomases] who demand that 30% of the project money be given to them even before the project
starts. This means that they start the project without sufficient resources required to do all the work.