Ngiyabonga Sihlalo weNdlu, ngibonge nakuwena Sekela Ngqongqoshe ohloniphekile womnyango, cha, ungiphendulile impela ngoba yilapho bengizobuza khona ukuthi, ngabe lezi zimali ziyakhokheka na?
Engizofuna ukukwazi nje kuphela ukuthi, ngabe osopolitiki ababandakenyayo ekuqoleni wona amabhizinisi kaHulumeni lawa ingabe wona-ke umthetho umnyango uwawuqinisa yini na? Ngiyabonga, Ngqongqoshe.
USEKELA NGQONGQOSHE WAMABHIZINISI OMPHAKATHI: Osopolitiki
abathintekayo njengoba uphenyo lusenziwa nabo abazoyekwa baphathwe ngendlela ehlukile ...
English:
...to the extent that there would have been identified the role each of those individuals played. They are not immune from being held answerable for whatever misdeeds they may have committed. Many of these investigations are still underway. I am sure even the commission to which some of these were reported investigations are still ongoing. Until we have reports then the full exposure of what has happened shall be known. Thank you very much.