Mr Khethamabala Petros Sithole

Politician Profile Page

Khethamabala Petros Sithole

About Khethamabala Petros Sithole

Appearances

Asibonge kakhulu, Sihlalo, sibonge kakhulu, Ngqongqoshe, engicela mina ukukubheka mina Ngqongqoshe ukuthi umonakalo kwezokuthutha naku-Passenger Rail Agency of South Africa, Prasa, ulokho waqala kusekhona u-Lucky Montana kwasuka lapho kwaba u-Popo ...

Angithokoze Sihlalo, ngithokoze kakhulu kuNgqongqoshe, engicela ukukuthola ukuthi uNgqongqoshe usekuphendulile okunye kodwa engifuna ukubheka ukuthi la kuqalwe khona amaphrojekthi, la kuqalwe uhlolo lokusebenza kwephrojekthi ye-Tourism Monitors Programme njengako- Gauteng, ngabe ...

Angibonge kakhulu, Sihlalo, ngibonge kakhulu kuNgqongqoshe, into engizama ukuyibheka ukuthi ngabe i-consequence management uhlelo sinalo yini ebheka wonke umonakalo okhona ku-Prasa ngoba into engiyikhumbulayo kunemali eyake yanikezwa izinkampani zamabhasi, imali ...