Hon Speaker...
IsiZulu:
... uma uthi ngesikhathi sengiphuma siyobe sesiyixazululile lendaba. Ngoba sekusele amaviki ayishiyagalombili kuphela bese nami ngiyaphuma ngabe ubuthi asivele sikwenze manje? [Uhleko.] Oho! Ngakhoke unethemba lokuthi siyabuya. [Ubuwelewele.] [Ihlombe.] Hhawu! Hhayi! Waze wangijabulisa impela. Ngiyajabula futhi ngiyabonga. Unginikeza izithembiso esiphelele impela sokuthi ngizobuya emuva kwalolu khetho esiya kulo. [Ubuwelewele.]
English:
Hon Speaker, on this issue all I would want to assure hon Cebekhulu is that we are serious about this matter. We have addressed the National House of Traditional Leaders and I have requested the Minister of Co-operative Governance and Traditional Affairs to make sure that all