Somlomo ohloniphekile, mhlonishwa uKhabazela, ngisacela ukuthi ngazi ukuthi njengoba sazi thina ngala kuKhongolose ukuthi kunomasipala ngenxa yokuthi abakwazi ukuqoqa izimali ngokuhlinzeka ngezinkonzo abazinikeza umphakathi, ngalokho-ke bazithola besenkingeni yezikweleti, sikubonile lokho kumbiko woMcwaningi Mabhuku Jikelele. Uthi umbuzo-ke la Khabazela, zithini-ke izingxoxo phakathi kwakho noMgcinimafa Kazwelonke ngoba phela yikho sizohlezi sithi uwena noMgcinimafa Kazwelonke kufanele ukube niyabasiza laba omasipala ngenxa yokuthi abakwazi bona ukuzakhela izimali zabo ukuze baphume ezikweletini.
English:
The MINISTER OF CO-OPERATIVE GOVERNANCE AND TRADITIONAL
AFFAIRS: Hon Speaker, it is true that there are municipalities which by design, by structure, are nonviable. These are municipalities which constitute of small towns with no rates base and rural, farming areas and so on. This we have accepted as one of the serious issues that are predisposing municipalities to nonviability and as a result will struggle in providing