Ngiyabonga Sekele Somlomo, mhlonishwa Ngqongqoshe Dlamini, ngikuzwile uchaza uthi kukhona izinhlelo zokubeka izimali ukuze kwenziwe imikhankaso yokuqwashisa efana no 16 days of activism nakho konke okunye, kodwa ngifuna ukuthola ukuthi ingabe emnyangweni wakho niyasebenzisana yini noma zikhona yini izinhlaka ezibizwa ngokuthi izithangami zamadoda ukuze nisebenzisane nazo? Njengo mhlaka 24 januwari, eThekwini, KwaZulu-Natal, uNgqongqoshe Wezokuthuthukiswa koMnotho